My name is Goodman Sbani mthembu ngihlala eMzingazi bengifunda e Sphumelele secondary.
Ngizothanda ukudlulisa ukubonga kakhulu ku Maths -son ngokungisiza kwi Maths and physics , kwi maths lokhu wangiqala kwa grade 11 ngabo term 2 efika esikoleni bengino level 5 (65%) kwi maths term 1 but ngokufika kwakhe ngo term 2 ngaba no level 7 (89%).
Kwi physics wangilekelela kakhulu ngangokuth angikaze ngawuthola u distinction kwi physics but kuthe sekufike u Sir Mathebula (maths -son) ezosilungiselela i final njengoba uthisha we physics bese singenaye ngakwazi ukusuka ku level 5 ( 69%) ngo term 3 ngaya straight ku level 7 nge final ka matric. Namhlanje ngino distinction we maths and physics ngenxa yakho Sir.
Ukube kuyenzeka ngabe uwafundisa onke ama subjects ngoba uvele wenze izifundo zibe into engekho. Ngifisela wonke umfundi ithuba lokuhlangana nawe nje, ngiyazi impilo yakhe iyoshintsha ezi zifundweni. Thatha nanku u 10/10 you are the best teacher ever.🔥 uyibhoza.

No responses yet